INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Agasti 2013

Lo magazini udingida indlela esingahlala ngayo singcwele futhi sisebenziseka emsebenzini kaNkulunkulu, ukuthi singakugwema kanjani ukubeka uNkulunkulu icala ngezinkinga zethu nokuthi singalwa kanjani nokudangala.

Niye Nangcweliswa

Hlola izici ezine ezingasisiza ukuba sihlale singcwele futhi uNkulunkulu akwazi ukusisebenzisa enkonzweni yakhe.

Imibuzo Evela Kubafundi

Kuyafaneleka yini ngabazali abangamaKristu ukuba bahlale nengane esusiwe emihlanganweni yebandla?

INDABA YOKUPHILA

UJehova ‘Ungithwalela Umthwalo Nsuku Zonke’

Naphezu kwezinkinga zempilo ezinkulu, yini esize udade waseNamibia ukuba akhonze ngenjabulo njengephayona iminyaka engaphezu kwengu-20?

Ungalokothi ‘Ufuthekele UJehova’

Abanye baye bacasukela uNkulunkulu ezinhliziyweni zabo. Bambeka icala ngezinkinga zabo. Singalugwema kanjani lolu gibe?

Bazali—Qeqeshani Izingane Zenu Kusukela Ziseyizinsana

Kufanele kuqale ngokushesha kangakanani ukuqeqesha ingane? Lokhu kuqeqesha kufanele kuhlanganise nani?

Cabangelanani Futhi Nikhuthazane

Singasizana kanjani ukuze siqhubeke sikhonza uNkulunkulu ngokwethembeka ngisho nalapho sinezinkinga?

Cabanga Ngohlobo Lomuntu Okufanele Ube Yilo

USathane akafuni ukuba samukelwe nguNkulunkulu. Yini esingayenza ukuze sivikele ubungane bethu noJehova?

U-Elisha Wabona Izinqola Zomlilo—Ingabe Nawe Uyazibona?

U-Elisha wayenokholo oluqinile futhi wathembela kuJehova ngokuphelele. Singafundani esibonelweni sakhe?

EZIVELA EZINQOLOBANENI ZETHU

Inkosi Yajabula!

Funda ngendlela inkosi yaseSwazini eyakujabulela ngayo ukufunda amaqiniso eBhayibheli.