INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Januwari 2014

Lo magazini uqinisekisa ukuthi uJehova ubelokhu eyiNkosi. Ujulisa nokwazisa kwethu ngoMbuso kaMesiya nalokho okufezile.

Bazinikela Ngokuzithandela—ENtshonalanga Afrika

Yini eyashukumisela abanye abantu baseYurophu ukuba bathuthele eNtshonalanga Afrika futhi waba yini umphumela?

Khulekela UJehova, INkosi Engunaphakade

Ukufunda ngendlela uJehova aye wazibonisa ngayo enguBaba nendlela aye wasebenzisa ngayo ubukhosi bakhe kuyokusondeza kuye.

Iminyaka Eyikhulu Yokubusa KoMbuso—Ikuthinta Kanjani?

Singazuza kanjani ekubuseni koMbuso? Funda ngendlela iNkosi enguMesiya ecwengisisa, efundisa nehlela ngayo izikhonzi zayo.

Ukukhetha Ngokuhlakanipha Ebusheni

Intsha eningi engamaKristu azinikezele ithola okuhlangenwe nakho okujabulisa kakhulu lapho isiza abanye. Ungakwazi kanjani ukuba nengxenye eyanelisa ngokwengeziwe enkonzweni kaJehova?

Ukukhonza UJehova Ngaphambi Kokuba Kufike Izinsuku Eziyinhlekelele

Imaphi amathuba amaKristu amadala anawo okwandisa inkonzo yawo?

“Umbuso Wakho Mawuze”—Kodwa Uzofika Nini?

Kungani singaqiniseka ngokuthi maduze iNkosi kaNkulunkulu egcotshiwe izothatha izinyathelo ezengeziwe ekuqinisekiseni ukuthi intando kaNkulunkulu yenziwa ngokugcwele emhlabeni?

Lokho Engakukhetha Ngisemncane

Umfana omncane waseColumbus, e-Ohio, e-U.S.A. wanquma ukufunda isiCambodia. Kungani? Lesi sinqumo salithinta kanjani ikusasa lakhe?