INQABAYOKULINDA Mashi 2015 | UJesu Usisindisa—Kuphi?

Ingabe uyasisindisa kuDeveli, olakeni lukaNkulunkulu noma entweni ethile?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Okwenza Sidinge Ukusindiswa

Ingabe uNkulunkulu onothando angafaka kithi isifiso sokuphila phakade kodwa singakwazi ukusifenyelela leso sifiso?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ukufa Nokuvuswa KukaJesu—Indlela Okungakuzuzisa Ngayo

Amaqiniso eBhayibheli ayisithupha achaza indlela ukufa komuntu oyedwa okungalethela ngayo abantu abaningi ukuphila.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Kukhunjulwa Ukufa KukaJesu—Kuphi Futhi Nini?

Ngo-2015, iSikhumbuzo sokufa kukaJesu sizoba ngoLwesihlanu ngomhla ka-April 3, ngemva kokushona kwelanga.

IMIBUZO EVELA KUBAFUNDI BALO MAGAZINI

Ingabe Ama-Easter Awumkhosi WobuKristu Ngempela?

Izazi zomlando zithini ngaleli holide elidumile?

INDABA YOKUPHILA

Amehlo KaJairo—Indlela Yakhe Yokukhulekela Nokukhonza uNkulunkulu

Ngisho noma enokukhubazeka kobuchopho okubi kakhulu, uJairo ujabulela ukuphila okunenjongo.

Ingabe Bewazi?

Kwakumzuzisa kanjani umphostoli uPawulu ukuba isakhamuzi saseRoma? Abelusi babekhokhelwa kanjani ngezikhathi zeBhayibheli?

Izipho Ezifanele Inkosi

Nakuba izinongo zivamile namuhla, ngezikhathi zeBhayibheli ezinye zazibaluleke njengegolide.

Izimpendulo Zemibuzo YeBhayibheli

Emkhosini wokukhumbula ukufa kukaJesu, obani okufanele badle isinkwa newayini?

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Ingabe Kufanele Sikhulekele Imifanekiso?

Ingabe uNkulunkulu unendaba nokuthi sisebenzisa imifanekiso noma izithixo ekukhulekeleni kwethu?