INQABAYOKULINDA Novemba 2015 | UNkulunkulu Uyibheka Kanjani Impi?

Ingakumangaza impendulo yeBhayibheli.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

UNkulunkulu Uyibheka Kanjani Impi?

Endulo, uNkulunkulu watshela abantu bakhe ukuba baye empini. Kamuva, uJesu wafundisa abantu ukuba bathande izitha zabo. Yini eyashitsha?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Indlela UNkulunkulu Ayebheka Ngayo Impi Endulo

Amaphuzu amathathu ayinhloko abonisa ukuthi yiziphi izimpi ezazigunyazwa uNkulunkulu.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Indlela UNkulunkulu Ayebheka Ngayo Impi Ngekhulu Lokuqala

Nakuba umbono kaNkulunkulu ngempi ungazange ushintshe, isenzakalo esibalulekile sabonisa ukuthi kukhona okushintshile.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Indlela UNkulunkulu Abheka Ngayo Impi Namuhla

Maduzane uNkulunkulu uzoletha impi ezoqeda zonke izimpi.

Ingabe Bewazi?

Kungani uJosefa aphuca ngaphambi kokuya kuFaro? Lapho iBhayibheli lithi ubaba kaThimothewu ‘wayengumGreki,’ ingabe lisho ukuthi wazalelwa eGrisi?

IBHAYIBHELI LISHINTSHA UKUPHILA

Ngangicabanga Ukuthi Ngiphila Ukuphila Okumnandi Kakhulu

UPawel Pyzara wayenobudlova, esebenzisa kabi izidakamizwa futhi efuna umsebenzi oholela kahle kwezomthetho—konke ngesikhathi esisodwa. Ukuphila kwakhe kwashintsha lapho elwa namadoda angu-8.

LINGISA UKHOLO LWABO

“Mntanami Othandekayo Nothembekile ENkosini”

Yini eyasiza uThimothewu ukuba asuke ekubeni osemusha onamahloni waba umbonisi ongumKristu oyisibonelo?

Izimpendulo Zemibuzo YeBhayibheli

Uma abafileyo beyovuswa, bayohlala kuphi?

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Iyini Impi Ye-Armagedoni?

Igama elithi Armagedoni livela kanye kuphela eBhayibhelini, kodwa impi elibhekisele kuyo kukhulunywa ngayo kulo lonke iBhayibheli.