INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Novemba 2015

Lo magazini unezihloko ezifundwayo ezisukela ku-December 28, 2015, kuya ku-January 31, 2016.

Qeqesha Umntwana Wakho Ukuba Akhonze UJehova

Izimiso ezintathu uJesu azisebenzisa ekufundiseni kwakhe zingakusiza uphumelele ngokwengeziwe ekuqeqesheni abantwana bakho.

Qeqesha Ingane Yakho Esithombile Ukuba Ikhonze UJehova

Ungayisiza kanjani ingane yakho ukuba isebenzise isikhathi sokuthomba ukuze ikhule ngokomoya?

Imibuzo Evela Kubafundi

Yibuphi ubufakazi obukhona bokuthi umuzi waseJeriko wanqotshwa ngaphandle kokuvinjezelwa isikhathi eside?

UJehova UnguNkulunkulu Wothando

UJehova ulubonise kanjani uthando lwakhe ngesintu?

Ingabe ‘Uthanda Umakhelwane Wakho Njengoba Uzithanda Wena’?

Ungasebenzisa umyalo kaJesu emshadweni wakho, ebandleni nasemsebenzini wakho wokushumayela.

Iminyaka Eyikhulu Ngaphansi Kokubusa KoMbuso!

Yiziphi izindlela ezintathu esiye sahlonyiswa ngazo ukuze sishumayele ngoMbuso kaNkulunkulu?