INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Mashi 2016

Lo magazini unezihloko ezifundwayo zango-May 2 kuya ku-May 29, 2016.

Ungakwazi Yini Ukusiza Ebandleni Lakini?

Ungakwazi yini ukubonisa umoya wezithunywa zevangeli ebandleni lakini?

Basha—Ingabe Nikulungele Ukubhapathizwa?

Imibuzo emithathu ingakusiza unqume.

Basha—Ningakulungiselela Kanjani Ukubhapathizwa?

Kuthiwani uma ungaqiniseki ngokuthi ukulungele? Noma kuthiwani uma ufuna ukubhapathizwa kodwa abazali bakho becabanga ukuthi kufanele uthi ukulinda?

Ungaba Nengxenye Ekuqiniseni Ubunye Bethu BobuKristu—kanjani?

umbono osencwadi yesAmbulo isahluko 9 uqokomisa ukubaluleka kobunye bethu.

UJehova Uqondisa Abantu Bakhe Endleleni Yokuphila

Singabinisa kanjani ukuthi silindele uJehova ukuba asiqondise?

Imibuzo Evela Kubafundi

Kunini lapho abantu bakaNkulunkulu baba khona yizithunjwa zeBhabhiloni Elikhulu? Lapho uSathane elinga uJesu, ingabe wamthatha ngokoqobo wamyisa ethempelini?