INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Julayi 2016

Lo magazini unezihloko ezizofundwa ngo-August 29 kuya ku-September 25, 2016.

Bazinikela Ngokuzithandela—EGhana

Nakuba bebhekana nezinselele, labo abakhetha ukukhonza endaweni enesidingo esikhulu sabamemeli boMbuso bathola izibusiso eziningi.

Funa UMbuso, Hhayi Izinto Ezibonakalayo

UJesu uchaza ukuthi kungani kufanele silawule izifiso zokuthanda izinto ezibonakalayo.

Kungani Kumelwe ‘Sihlale Silindile’?

Amathonya amathathu amabi angasozelisa uma singaqaphile.

“Ungesabi. Ngizokusiza Mina Mathupha”

UJehova uzibonakalise engumngane othembile ngezikhathi zokukhathazeka nokucindezeleka.

Abantu Abakwazisayo Ukuthola Umusa Ongafanelwe KaNkulunkulu

Iyiphi indlela enkulu kakhulu uNkulunkulu abonakalisa ngayo umusa wakhe ongafanelwe kubantu?

Shumayela Izindaba Ezinhle Zomusa Ongafanelwe

‘Izindaba ezinhle zoMbuso’ ziwuqokomisa kanjani umusa ongafanelwe kankulunkulu?

Imibuzo Evela Kubafundi

Kusho ukuthini ukuhlanganiswa ndawonye kwezinduku ezimbili okukhulunywa ngazo kuHezekeli isahluko 37?