INQABAYOKULINDA No. 4 2016 | Indlela IBhayibheli Elasinda Ngayo

Emakhulwini eminyaka edlule, ziningi izinto ezazingashabalalisa iBhayibheli noma umyalezo walo. Kungani ukusinda kwalo kuphawuleka?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Indaba Ebalulekile

Ayikho enye incwadi eye yathonya izinkolelo zabantu abaningi kangaka isikhathi eside kangaka. Kodwa singalethemba yini iBhayibheli?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

IBhayibheli Lasinda Ekugugeni

Abalobi nabakopishi beBhayibheli babesebenzisa ipapyrus nesikhumba ukuze babhale umyalezo weBhayibheli. Yasinda kanjani le mibhalo yasendulo kwaze kwaba sosukwini lwethu?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

IBhayibheli Lasinda Ekuphikisweni

Abaholi abaningi bezombusazwe nabenkolo bazama ukuvimba abantu ukuba bangabi nalo iBhayibheli, bangalihumushi noma balikopishe. Akukho noyedwa owaphumelela.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

IBhayibheli Lasinda Emizamweni Yokushintsha Umyalezo Walo

Abantu abangathembekile baye bazama ukushintsha umyalezo weBhayibheli. Imizamo yabo yavela kanjani obala futhi yabhuntshiswa?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Okwenze IBhayibheli Lasinda

Yini eyenza le ncwadi ikhetheke kangaka?

Ingabe Bewazi?

Yini eyayingavamile ngendlela uJesu abaphatha ngayo ababenochoko? Iziphi izizathu abaholi benkolo bamaJuda ababevumela ngazo isehlukaniso?

Ungaba Khona Yini Umhlaba Ongenabo Ubudlova?

Kunabantu abaye bathola usizo bayeka ubudlova. Lokho okwabenza bafisa ukwenza izinguquko kungenza nabanye bafise ukwenza izinguquko ezifanayo.

IBHAYIBHELI LISHINTSHA UKUPHILA

Ngahluleka Kaningi Ngaphambi Kokuphumelela

Indoda ethile yikunqoba kanjani ukuluthwa izithombe ezingcolile futhi yathola ukuthula kwengqondo?

Ukuqhathanisa Okubaluleke Kunakho Konke Okungenzeka Uyoke Ukwenze

Izinkulungwane zezinkolo zobuKristu zihlukene ngenxa yezimfundiso ezingqubuzanayo nemibono engefani. Ngakho ungathola kanjani ukuthi iyiphi efundisa iqiniso?

Lithini IBhayibheli?

Kungenzeka yini ukuthi uNkulunkulu usebenzisa inhlangano yenkolo ukuze adonsele abantu kuye?

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Ingabe IBhayibheli Liyincwadi Enemicabango KaNkulunkulu?

Abalobi abaningi beBhayibheli bathi lokho abakuloba kwakuvela kuNkulunkulu. Kungani?