INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Julayi 2017

Lo magazini unezihloko ezifundwayo zika-Agasti 28 kuya ku-Septhemba 24, 2017.

Bazinikela Ngokuzithandela —ETurkey

Ngo-2014, kwakunomkhankaso okhethekile wokushumayela eTurkey. Wawenziwelani lo mkhankaso? Obani ababekuwo?

Funani Ingcebo Yangempela

Singazisebenzisa kanjani izinto ezibonakalayo ukuze siqinise ubuhlobo bethu noJehova?

“Khalani Nabakhalayo”

Umuntu oshonelwe angayitholaphi induduzo? Wena ungenzani ukuze usize?

Kungani Kufanele ‘Sidumise UJah?

Incwadi yeHubo 147 isikhumbuza izizathu eziningi zokuthi kungani kufanele simazise futhi simbonge uMdali.

Kwangathi Angayibusisa Imigomo Yonke Yakho

Abasha kumelwe banqume ukuthi bazokwenzani ngokuphila kwabo. Ukwenza leso sinqumo akulula, kodwa uJehova uyababusisa labo abamlalelayo.

Ungakhohliswa Izinkulumo Ezingamanga

USathane uye wasakaza izinkulumo ezingamanga. Ungamelana kanjani nazo?

Imibuzo Evela Kubafundi

UmKristu kufanele yini abe nesibhamu ukuze azivikele ezigebengwini?