INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Disemba 2017

Lo magazini unezihloko ezifundwayo zikaJanuwari 29 kuya kuFebhuwari 25, 2018.

“Ngiyazi Ukuthi Uyovuka”

Singaqiniseka kanjani ukuthi luyoba khona uvuko esikhathini esizayo?

“Nginethemba KuNkulunkulu”

Kungani uvuko luyimfundiso eyinhloko yobuKristu?

Usakhumbula?

Ingabe uzifunde ngokucophelela izihloko zakamuva ze-Nqabayokulinda? Ake uzihlole, ubone ukuthi mingaki imibuzo esekelwe eBhayibhelini ongayiphendula.

Imibuzo Evela Kubafundi

Kwa-Israyeli wasendulo, ingabe uhlu lozalo oluholela kuMesiya lwaluncike elungelweni lobuzibulo?

Imibuzo Evela Kubafundi

Ingabe amaKristu ashadile angabheka i-⁠IUD njengendlela yokuhlela umndeni evumelana nemiBhalo?

Bazali​—⁠Sizani Izingane Zenu ‘Nizihlakaniphisele Insindiso’

Abazali abaningi abangamaKristu bayakhathazeka lapho indodana noma indodakazi yabo ifuna ukuzinikezela futhi ibhapathizwe. Bangazisiza kanjani izingane zabo zikhule ngendlela efanele ukuze zisindiswe?

Basha​—⁠“Qhubekani Nisebenzela Ukusindiswa Kwenu”

Ukubhapathizwa kuyinto ebaluleke kakhulu, kodwa intsha akumelwe ikwesabe noma ikugweme.

INDABA YOKUPHILA

Ukushiya Izinto Ngemuva Ukuze Ngilandele INkosi

UFelix Fajardo wayeneminyaka engu-16 nje kuphela lapho enquma ukuba umlandeli kaKristu. Ngemva kweminyaka engu-70, akazisoli ngokulandela iNkosi nomaphi lapho yayimusa khona.

Uhlu Lwezihloko Ze-Nqabayokulinda 2017

Lolu hlu luzokusiza uthole izihloko ezihlukahlukene ezivele kuyi-Nqabayokulinda ngonyaka ka-2017.