INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Meyi 2018

Lo magazini unezihloko ezifundwayo zikaJulayi 9 kuya ku-Agasti 5, 2018.

INDABA YOKUPHILA

Isiqalo Esinzima​​—⁠Isiphetho Esicebile

Ukuphila kukaSamuel Herd ekuqaleni kwakungacebile ngokwezinto ezibonakalayo, kodwa ukuphila kwakhe manje kucebile ngokomoya ngaphezu kwalokho ayengase akucabange.

Ukuthula​—⁠Ungakuthola Kanjani?

Ngenxa yokuthi siphila ezweni elinezinkinga, kumelwe sisebenze kanzima ukuze sibe nokuthula. IZwi likaNkulunkulu lingasisiza.

UJehova Uyabathanda Labo ‘Abathela Izithelo Ngokukhuthazela’

Singase sidikibale lapho sishumayela ensimini engatheli. Noma kunjalo, sonke singaba nenkonzo ethelayo.

Okwenza ‘Siqhubeke Sithela Izithelo Eziningi’

Kubalulekile ukuhlale sizikhumbula izizathu ezenza sishumayele.

Sazi Isitha Sakho

Siyalazi ithonya likaSathane kanye namaqhinga akhe.

Basha—Melanani Ngokuqinile NoDeveli

Sonke sisempini engokomoya. Intsha ngokukhethekile ingabonaka ingavikelekile, kodwa iyigqokele impi.

Okuvuna Okukhulu!

Kwenye indawo yase-Ukraine, ikota yabantu bendawo ingoFakazi BakaJehova!