INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Julayi 2018

Lo magazini unezihloko ezifundwayo zikaSepthemba 3-30, 2018.

BAZINIKELA NGOKUZITHANDELA

Bazinikela Ngokuzithandela​—⁠EMyanmar

Yini eye yabangela ukuba oFakazi BakaJehova abaningi bashiye amazwe abazalelwa kuwo bahambe baye eMyanmar bayosiza ngomsebenzi wokuvuna?

Ufuna Ukwaziwa Ubani?

Yini esingayifunda endleleni uNkulunkulu aqaphela ngayo izinceku zakhe ezithembekile?

Abhekephi Amehlo Akho?

Singafunda isifundo esibalulekile ephutheni elikhulu uMose alenza.

“Ngubani OngakuJehova?”

Endabeni kaKhayini, uSolomoni, uMose no-Aroni, singafunda ukuthi kungani kuwukuhlakanipha ukuba ngasohlangothini lukaJehova.

SingabakaJehova

Singambonga kanjani uJehova ngokwenza ukuthi sikwazi ukuba nobungane naye?

Hlakulela Uzwela Ngazo “Zonke Izinhlobo Zabantu”

Lingisa umbono kaJehova wozwela ngokubona izidingo nezinkinga zabanye nangokubasiza lapho ukwazi khona ukwenza kanjalo.

Imibuzo Evela Kubafundi

Ingabe indoda nowesifazane abangashadile baba necala lokwenza isono esikhulu uma bechitha ubusuku ndawonye ngaphansi kwezimo ezingafanele?