Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

INQABAYOKULINDA No. 3 2018 | Ingabe UNkulunkulu Uyakuthanda?

Ingabe Unkulunkulu Uyakuthanda?

Lapho kuba nenhlekelele noma abantu behlupheka futhi befa, kungenzeka sizibuze, “UNkulunkulu uthule uthini uma kwenzeka lezi zinto?” IBhayibheli lithi:

“Ngoba amehlo kaJehova aphezu kwabalungileyo, nezindlebe zakhe zisekunxuseni kwabo; kodwa uJehova umelene nabenza izinto ezimbi.”—1 Petru 3:12.

Le Nqabayokulinda ibonisa indlela uNkulunkulu asisiza ngayo, iphinde ibonise nalokho akwenzayo ukuze aqede konke ukuhlupheka.

 

“Wayekuphi UNkulunkulu?”

Ingabe izinto ezimbi ezikwehlele zikwenza uzibuze ukuthi uNkulunkulu unendaba yini nawe?

Ingabe UNkulunkulu Unendaba Nawe?

Sazi ngani ukuthi uNkulunkulu unendaba nathi?

Ingabe UNkulunkulu Ukwazi Ngempela?

Singaqiniseka ukuthi uNkulunkulu uyasiqonda ngoba uyayazi indlela esakheke ngayo.

Ingabe UNkulunkulu Uyazwelana Nathi?

IBhayibheli lisiqinisekisa ngokuthi uNkulunkulu uyasibona, uyasiqonda futhi uyazwelana nathi.

Ukuhlupheka​​—⁠Ingabe Kuyisijeziso Esivela KuNkulunkulu?

Ingabe uNkulunkulu usebenzisa ukugula nokuhlupheka ukuze ajezise abantu?

Ubani Obangela Izinto Ezimbi?

IBhayibheli lisitshela ngezinto ezintathu ezibangela ukuhlupheka kwabantu.

Maduze UNkulunkulu Uzoqeda Konke Ukuhlupheka

Sazi ngani ukuthi maduze uNkulunkulu uzoqeda konke ukuhlupheka nokuphathwa kabi kwabantu?

Indlela Uthando LukaNkulunkulu Olungakusiza Ngayo

ImiBhalo isisiza sakhe ukholo ezithembisweni zikaNkulunkulu zekusasa.

UNkulunkulu Uzizwa Kanjani Lapho Ekubona Usosizini?

La mavesi eBhayibheli azokusiza ubone ukuthi uNkulunkulu uzizwa kanjani lapho ekubona usosizini.