INQABAYOKULINDA No. 1 2019 | Singamazi Yini UNkulunkulu?

Hlola izimpendulo zemibuzo eyisithupha ezizokusiza usondele kuNkulunkulu.

Singamazi Yini UNkulunkulu?

Uma ufuna ukuba umngane kaNkulunkulu kufanele uqale umazi kahle. Ungamazi kanjani?

Ubani Igama LikaNkulunkulu?

Bewazi yini ukuthi uNkulunkulu unegama elichaza lokho ayikho?

Unjani UNkulunkulu?

Yiziphi izinto eziphawulekayo ngobuntu bukaNkulunkulu?

Yini UNkulunkulu Ayenzile?

Zingase zikumangaze izinto uNkulunkulu azenzile ukuze aqinisekise ukuthi abantu bazoba nekusasa elihle.

Yini UNkulunkulu Asazoyenza?

Funda ukuthi kuzoba njani ukuphila lapho sekubusa uhulumeni kaNkulunkulu olungile.

Kungakusiza Kanjani Ukwazi UNkulunkulu?

Yiziphi izibusiso ezizotholwa yilabo ababa abangane bakaNkulunkulu?

Ungasondelana NoNkulunkulu

Nazi izinto ezine ezingakusiza usondelane noNkulunkulu.