INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Novemba 2019

Lo magazini unezihloko ezizofundwa ngoDisemba 30, 2019–Febhuwari 2, 2020.

Yakhani Ubungane Obuqinile Ngaphambi Kokuba Ukuphela Kufike

Kuningi esingakufunda kulokho okwenzeka kuJeremiya, owasizwa abangane bakhe phakathi nesikhathi esasingaphambi kokubhujiswa kweJerusalema.

Indlela Umoya Ongcwele Osisiza Ngayo

Umoya ongcwele kaNkulunkulu ungasisiza sikhuthazele. Kodwa ukuze sizuze ngokugcwele kuwo, kunezinto ezine okumelwe sizenze.

Ingabe Uyasinakekela Isihlangu Sakho Esikhulu Sokholo?

Ukholo lwethu lufana nesihlangu esisivikelayo. Yini esingayenza ukuze siqiniseke ukuthi isihlangu sethu sokholo sisesimweni esihle?

Izifundo Esingazifunda Encwadini KaLevitikusi

Incwadi kaLevitikusi inemithetho uJehova ayinika ama-Israyeli. NjengamaKristu, asiphili ngaleyo mithetho, kodwa singazuza kuyo.

Qedela Lokho Okuqalile

Ngisho nalapho sinquma kahle, kungase kube nzima ukwenza esikunqumile. Cabangela izinto ongazenza ezingakusiza ukuba uqedele lokho okuqalile.

Ingabe Bewazi?

Wawuyini umsebenzi wabaphathi ngezikhathi zeBhayibheli?