INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Febhuwari 2020

Lo magazini unezihloko ezizofundwa ngo-Ephreli 6–Meyi 3, 2020.

UJehova UBaba Wethu Usithanda Kakhulu

Singaqiniseka ngokuthi uBaba wethu wasezulwini uyasithanda, uyasikhathalela futhi akasoze asilahla.

Simthanda Kakhulu UJehova UBaba Wethu

Cabanga ngezinto ezingokoqobo esingazenza ukuze sibonise uJehova uBaba wethu okhathalelayo ukuthi siyamthanda.

Lwela Ukuba Nokuthula Nabanye Ngokulwa Nomona

Ngezinye izikhathi singase silwe nomona. Cabanga ngezindlela ezingokoqobo esingazenza ukuze silwe neminonjana yomona futhi silwele ukuba nokuthula nabanye.

Vumela UJehova Akusize Ube Nokuthula

UHana, umphostoli uPawulu neNkosi uDavide babekhathazekile. Yini esingayifunda endleleni uJehova abaduduza ngayo futhi wabanika ukuthula?

INDABA YOKUPHILA

Ukufunda Ezibonelweni Ezinhle Kwangiholela Ezibusisweni Ezicebile

ULeonce Crepeault uxoxa ngendlela izibonelo ezinhle zalabo abathembekile ezamsiza ngayo wanqoba ukwesaba futhi zamsiza wajabulela izibusiso ezinhle phakathi neminyaka engaba ngu-58 esenkonzweni yesikhathi esigcwele.

Ingabe Bewazi?

Imivubukulo ikufakazela kanjani ukuthi uBhelishazari waseBhabhiloni wayeyinkosi?