PHAPHAMA! No. 1 2020 | Thola Impumuzo Ekucindezelekeni

Ukucindezeleka kuya kwanda. Kodwa, kuningi ongakwenza ukuze uthole impumuzo kukho.

Ingabe Ucindezelekile?

Kuningi ongakwenza ukuze ukucindezeleka kungakukhungathekisi.

Yini Ebangela Ukucindezeleka?

Phawula ezinye zezimbangela zokucindezeleka futhi ubone ukuthi zikhona yini ezikuthintayo.

Kuyini Ukucindezeleka?

Ukucindezeleka kuyinto evamile ekuphileni. Bheka indlela ukucindezeleka kakhulu okungawuthinta ngayo umzimba wakho.

Indlela Yokubhekana Nokucindezeleka

Hlola ezinye zezimiso ezisebenzayo ezingakusiza ubhekane kangcono nokucindezeleka futhi mhlawumbe ukunciphise.

Ungaphila Ngaphandle Kokucindezeleka

Thina ngokwethu ngeke sikwazi ukuqeda konke okusicindezelayo. Kodwa uJehova angakwazi.

“Inhliziyo Ezolile Ingukuphila Komzimba”

Lawo mazwi, atholakala encwadini yezAga 14:30, abonisa ukuhlakanipha okungaphelelwa isikhathi okutholakala eBhayibhelini.