INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Mashi 2020

Lo magazini unezihloko ezizofundwa ngoMeyi 4-31, 2020.

Ukuthanda UJehova Nokumazisa Kuholela Ekubhapathizweni

Ukuthanda uJehova kungakwenza ufune ukubhapathizwa. Kodwa yini engase ikuvimbele ukuba ubhapathizwe?

Ingabe Usukulungele Ukubhapathizwa?

Izimpendulo zemibuzo ekulesi sihloko zizokusiza unqume ukubhapathizwa.

INDABA YOKUPHILA

“Yithi Laba! Thuma Thina”

UJack noMarie-Line bachaza ukuthi yini eyabakhuthaza ukuba bangenele inkonzo yesikhathi esigcwele nokuthi yini eyabasiza bakwazi ukuzivumelanisa nezimo ezabelweni zabo ezintsha.

Isiphi Isikhathi Esikahle Sokukhuluma?

Cabanga ngezibonelo eziseBhayibhelini ezizosisiza sazi ukuthi kufanele sikhulume nini futhi sithule nini.

Thandanani Kakhulu

UJesu wathi amaKristu eqiniso ayeyobonakala ngothando. Uthando lusisiza kanjani sibe abenzi bokuthula, abangakhethi nabamukela abanye ngemfudumalo?

Ingabe Bewazi?

Yibuphi obunye ubufakazi obukhona ngaphandle kobuseBhayibhelini bokuthi ama-Israyeli ayeyizigqila eGibhithe?

Imibuzo Evela Kubafundi

Babengobani onogada bethempeli abangamaJuda? Wawuyini umsebenzi wabo?