Imimoya Yabafileyo—Ingakusiza Noma Ingakulimaza? Ingabe Ikhona Ngempela?

Lifundisani iBhayibheli ngempela ngabafileyo? Ingabe bangakusiza noma bangakulimaza?

Isethulo

Abantu abaningi ukuthi abantu abafile baye ezweni lemimoya lapho bekwazi khona ukubona nokuthonya ukuphila kwabantu emhlabeni. Ingabe lokhu kuyiqiniso?

Imimoya Ayizange Iphile Emhlabeni Yase Ifa

Amazwi uNkulunkulu awasho endodeni yokuqala, u-Adamu, asisiza siqonde isimo sabafileyo.

Izigidi Zezidalwa Zomoya

Ephusheni elivela kuNkulunkulu uDaniyeli wabona izigidigidi zezingelosi.

Ukuhlubuka Endaweni Yemimoya

Ezinye izingelosi zaba zimbi, okwalethela abantu imiphumela ebuhlungu.

Amademoni Angababulali!

Ukulandisa kweBhayibheli bubonisa ukuthi bakhohlakele futhi bayingozi.

Amademoni Aqamba Amanga Athi Abafileyo Bayaphila

Amademoni asekhohlise abantu abaningi kodwa iBhayibheli lembula amanga awo.

Amademoni Akhuthaza Ukuhlubuka KuNkulunkulu

Ukuze aphumelele, adlala ngemizwa yabantu.

Khonza UJehova, Hhayi USathane

Yini ezobonisa ukuthi wenze isinqumo esihle?

Ikusasa Elimangalisayo

USathane namademoni akhe ngeke babakhohlisa phakade abantu. Ngokushesha uJehova uzoletha izibusiso esintwini sonke.

Umhlaba Oyipharadesi

Kuyoba njani ukuphila lapho uJehova esesuse bonke ububi obubangelwe uSathane?