Izingqikithi Zika-2023
Amagatsha OFakazi BakaJehova: 85
Inani Lamazwe Abikayo: 239
Ingqikithi Yamabandla: 118 177
Ababekhona ESikhumbuzweni Emhlabeni Wonke: 20 461 767
Inani Labadle Izifanekiselo Emhlabeni Wonke: 22 312
Inani Eliphakeme Labamemezeli a: 8 816 562
Isilinganiso Sabamemezeli Abashumayela Inyanga Ngayinye: 8 625 042
Ukwanda Kwabamemezeli Kunango-2022: 1.3%
Inani Lababhapathiziwe b: 269 517
Isilinganiso Sabamemezeli Abangamaphayona c Inyanga Ngayinye: 1 570 906
Isilinganiso Sabamemezeli Abangamaphayona Asizayo Inyanga Ngayinye: 738 457
Ingqikithi Yamahora Asetshenzwe Ensimini: 1 791 490 713
Isilinganiso Sezifundo ZeBhayibheli d Inyanga Ngayinye: 7 281 212
Umbiko wenkonzo wonyaka ka-2023 uqale ngoSepthemba 1, 2022, waze wayophela ngo-Agasti 31, 2023.
a Ummemezeli umuntu omemezela noma oshumayela izindaba ezinhle zoMbuso kaNkulunkulu. (Mathewu 24:14) Ukuze uthole incazelo ephelele ngokuthi la manani atholakala kanjani, bheka isihloko esikuyi-jw.org/zu esithi, “Bangaki OFakazi BakaJehova Emhlabeni Wonke?”
b Ukuze uthole ulwazi olwengeziwe ngongakwenza ukuze ubhapathizwe ube ngomunye woFakazi BakaJehova, bheka isihloko esikuyi-jw.org/zu esithi “Ngingaba Kanjani Omunye WoFakazi BakaJehova?”
c Iphayona uFakazi obhapathiziwe oyisibonelo ozikhethele ukusebenza amahora ayinani elinqunyiwe inyanga ngayinye eshumayela izindaba ezinhle.
d Ukuze uthole ulwazi olwengeziwe bheka isihloko esikuyi-jw.org/zu esithi “Siyini Isifundo SeBhayibheli Esilungiselelwe OFakazi BakaJehova?”