PHAPHAMA! Januwari 2015 | Ukuphila Kwaqala Kanjani?
Ingabe impendulo yakho kufanele incike ekutheni usenkolweni ethile noma awunankolo?
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Ukuphila Kwaqala Kanjani?
Kungani abantu abaningi abathambekele kuyisayensi benenkinga yokwamukela ukuthi ukuphila kwaqala ngokuziphendukela kwemvelo?
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Imibuzo Emibili Okufanelekile Ukuyibuza
Zinqumele wena ukuthi izimpendulo ezinikezwa yimfundiso yokuziphendukela kwemvelo ngendlela ukuphila okwaqala ngayo ziyanelisa yini.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Impendulo Okufanelekayo Ukuyicabangela
Yini eyayingenza ukuba umsekeli oqavile wenkolelo yokuthi uNkulunkulu akekho aphethe ngokuthi ukuphila kwenziwa othile ophakeme nohlakaniphile?
INGABE KWAKLANYWA?
Ikhekheba Lezinyosi
Yini izinyosi ebeziyazi ngokusebenzisa indawo kangcono, izazi zezibalo ebezingakwazi ukuyifakazela kwaze kwaba ngu-1999?
USIZO LOMNDENI
Indlela Ongalawula Ngayo Intukuthelo
Izinyathelo ezinhlanu ezisekelwe eBhayibheli ezingakusiza ulawule intukuthelo yakho.
AMAZWE NABANTU
AUkuvakashela ECosta Rica
Thola ukuthi kungani abantu bakuleli zwe baziwa ngokuthi ama-Tico.
INGXOXO NOTHILE
“Angivumi Ukuhlale Ngikhathazeke Ngokugula Kwami”
Yini enikeza u-Elisa amandla okukhuthazelela ubuhlungu besifo esingamahlala khona ngisho nawokulibala ukuthi uyagula ngezinye izikhathi?
UKUBUKA OKWEZWE
Ukuhlolisisa Ezenkolo
Izindaba zamuva zibonisa ukuthi inkolo ihlulekile ukuletha ubumbano.
Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet
Kungani Kufanele Ugweme Izithombe Ezingcolile?
Izithombe ezingcolile zifana kanjani nogwayi?
Yiba Nomusa Futhi Uphane
Bukela indlela uKhwezi nodadewabo abathola ngayo injabulo eyengeziwe lapho bephana.