Dlulela kokuphakathi

Izindaba Zomthetho Namalungelo Abantu

Amahhovisi Ezomthetho

Asikho Isivumelwano Sokuba Ikhasimende Lethu. Ukuxhumana nomnyango wethu wezomthetho noma nabameli abasebenza kulo mnyango nge-email noma ngokusebenzisa le webusayithi, akumenzi umuntu abe nesivumelwano nabameli bethu noma abe ikhasimende lethu.

Esikuxoxayo Akuyona Imfihlo. Asikuqinisekisi ukuthi ziyohlale ziyimfihlo izinto ezixoxwe nehhovisi lethu lezomthetho noma nabameli abasebenza kulo ngokuxhumana nge-email noma ngokusebenzisa le webusayithi.