Dlulela kokuphakathi

Imikhuba Emibi

Kulula ukuyiqala, kunzima ukuyiyeka! Le ngxenye ikhuluma ngemikhuba emibi eminingana, nalokho ongakwenza ukuze wenze imikhuba emihle esikhundleni semibi.

Ukukhulumisana

Ngingayigwema Kanjani Inhlebo?

Noma nini lapho inkulumo elimazayo ingena engxoxweni, thatha isinyathelo ngokushesha!

Ingabe Kubi Ngempela Ukuthuka Inhlamba?

Yini engalungile ngento evamile njengokuthuka inhlamba?

Imikhuba Engayekeki

Kungani Kufanele Ugweme Izithombe Ezingcolile?

Izithombe ezingcolile zifana kanjani nogwayi?

Indlela Yokugwema Izithombe Ezingcolile

Kungani ukuba nendlela yokuhlunga izingosi ongena kuzo kuyi-Internet kungeke kwanele?

Kuthiwani Uma Ngiwumlutha Wezithombe Zobulili Ezingcolile?

IBhayibheli lingakusiza uqonde lokho izithombe zobulili ezingcolile eziyikho ngempela.

Ungakuvumeli Ukuphila Kwakho Kushabalale Njengentuthu

Njengoba abantu abaningi bebhema noma bebhema besebenzisa i-vape, abanye bayekile ukubhema kanti abanye bazama kanzima ukuyeka. Kungani? Ingabe ukubhema kubi ngaleyo ndlela?

Ngingamelana Kanjani Nezilingo?

Nazi izinto ezintathu ezingakusiza umelane nezilingo.

Indlela Yokumelana Nesilingo

Ukukwazi ukumelana nesilingo kuwuphawu lokuba indoda noma owesifazane oqotho. Kunamacebiso ayisithupha angakusiza ekuqiniseni ukuzimisela kwakho futhi ugweme ukucindezeleka okubangelwa ukuhlulwa isilingo.

Ukulawula Isikhathi

Yini Okufanele Ngiyazi Ngokwenza Izinto Eziningi Kanyekanye?

Ungakwazi yini ukwenza imisebenzi emininga ngaphandle kokuphazamiseka?

Ungakuyeka Kanjani Ukuhlehlisa Izinto?

Thola amacebiso okuyeka ukuhlehlisa izinto!

Okushiwo Ontanga Yakho Ngokuhlehlisa Izinto

Yizwa lokho okushiwo intsha ngezingozi zokuhlehlisa izinto nezinzuzo zokusebenzisa isikhathi sakho ngokuhlakanipha.