Dlulela kokuphakathi

Ses’fis’ Ukuk’bona

Ses’fis’ Ukuk’bona

Yini ongayenza ukuze uphathe kahle izingane zakini ezisencane? Ake sibone ezinye zezinto ongazenza.

Bazali, fundani eyabaseRoma 12:10 nezingane zenu bese nixoxa ngayo.

Dawunilodani lo msebenzi bese niyawuphrinta.

Kuningi izingane ezingakwenza ukuze zisize abafowabo noma odadewabo abasebancane. Bukelani ividiyo ethi Ses’fis’ Ukuk’bona bese nisiza izingane zisho lokho ezingakwenza ukuze ziphathe kahle abafowabo nodadewabo abasebancane. Sikani izithombe eziyizibonelo bese nixoxa ngemibuzo esekhasini 1. Ngemva kwalokho, namathelisani lezo zithombe ezikhaleni ezimise okwazo ezisekhasini 2.

Okunye Ongase Ukuthande

IZIMFUNDISO ZEBHAYIBHELI

Izindlela Zokufundisa Izingane

Thola izindlela ezimnandi zokufundisa izingane zakho izindinganiso zeBhayibheli.