Dlulela kokuphakathi

Yiba Qotho Njalo

Yiba Qotho Njalo

Ungamsiza yini uTao athole indlela yokuphuma kulo mdlalo we-maze, afunde nokuba qotho?

Bazali, fundani futhi nixoxe ngeHubo 18:25 nezingane zenu.

Dawunilodani futhi niprinte lo msebenzi.

Ngemva kokubuka ividiyo ethi Yiba Qotho Njalo, dlalani i-maze, nixoxe ngokuthi uTao waqhubeka kanjani eqotho. Bese nixoxa ngendlela eningaba qotho ngayo kuJehova njengomndeni.

Sizani uTao ahambe endleleni yobuqotho ezomsiza afinyelele imigomo yakhe engokomoya!

Ibhonasi: Balani ukuthi zingaki izingwejeje ezivele kuvidiyo.

Okunye Ongase Ukuthande

IZIMFUNDISO ZEBHAYIBHELI

Izindlela Zokufundisa Izingane

Thola izindlela ezimnandi zokufundisa izingane zakho izindinganiso zeBhayibheli.