E-Armenia
OFakazi BakaJehova E-Armenia
-
OFakazi BakaJehova—11 191
-
Amabandla—135
-
Ababekhona eSikhumbuzweni sokufa kukaKristu—26 543
-
Inani labantu okufanele lifinyelelwe uFakazi KaJehova ngamunye—267
-
Inani labantu—2 964 148
I-Armenia Iluqalise Ngempumelelo Uhlelo Lwenkonzo Yomphakathi Ehlukile
OFakazi BakaJehova abakulolu hlelo, abasebenza nabo, abaphathi bohlelo nezinduna baphawula ngokuba kwalo yimpumelelo.
I-Armenia Idedela Abenqaba Ukulwa Ngenxa Kanembeza
Kwenzeke kanjani ukuba leli cala eliyingqopha-mlando liphethe ngokukhululwa kwalabo abenqaba ngenxa kanembeza?
I-Armenia Idedela Bonke OFakazi BakaJehova Ababoshiwe
Ngokokuqala ngqa kusukela ngo-1993, abekho oFakazi BakaJehova ababoshelwe ukwenqaba ukuya empini ngenxa kanembeza e-Armenia.
I-Armenia Inikeza Labo Abenqaba Ukuya Empini Ngenxa Kanembeza Umsebenzi Ohlukile Wokukhonza Umphakathi
Kubonakala sengathi i-Armenia isiyawaqaphela amalungelo alabo abenqaba ukuya empini ngenxa kanembeza. OFakazi BakaJehova abaningana banikezwe umsebenzi ohlukile wokukhonza umphakathi.
I-Armenia Iyalwe Ukuba Ikhokhele Izindleko Zokuphatha Kabi OFakazi BaJehova Abangu-17
Ngomhla ka-27 November 2012, iNkantolo Yamalungelo Abantu YaseYurophu yakhipha isinqumo esithi uhulumeni wase-Armenia kumelwe ukhokhe ama-euro angu-112 000 (R1 321 600) esinxephezelo nezindleko zasenkantolo zabantu abangu-17 okwephulwa amalungelo abo ngoba benqaba ngenxa kanembeza ukuhlanganyela empini.