Dlulela kokuphakathi

NOVEMBER 7, 2012
E-UNITED STATES

ISiphepho USandy Sigadla Ogwini OluseMpumalanga Ye-United States

ISiphepho USandy Sigadla Ogwini OluseMpumalanga Ye-United States

Kusukela ngo-November 2, 2012, kubikwa ukuthi akufanga muntu futhi uyedwa vo uFakazi owalimala kakhulu. Mncane umonakalo obe khona endlunkulu yoFakazi eBrooklyn. Izikhukhula nezivunguvungu zacekela phansi izindlu ezingu-61 zoFakazi namaHholo OMbuso angu-12. OFakazi abangaphezu kuka-1 100 bakhishwa emizini yabo ngaphambi kokuba kufike lesi siphepho. Kusaqhutshekwa kuhlolwa umonakalo owenzekile futhi izisebenzi zokuzithandela ezingoFakazi zisizana neziphathimandla zendawo ekusizeni abakhulekeli ezikanye nabo nabanye abathintekile.

Media Contact: J.R. Brown, Office of Public Information, tel. +1 718 560 5000

 

Funda Okwengeziwe