Dlulela kokuphakathi

OCTOBER 8, 2013
E-UNITED STATES

Izikhukhula EColorado

Izikhukhula EColorado

Maphakathi no-September, imvula enamandla esifundeni saseColorado, e-USA, yadala izikhukhula ezavala imigwaqo, zalimazi imizi futhi zabulala okungenani abantu abangu-8. Imibiko ibonisa ukuthi akekho uFakazi KaJehova kuleso sifunda owafa noma walimala. Nokho imindeni engaba ngu-70 yoFakazi ezindaweni ezalimala kakhulu, yakhishwa emakhaya yayiswa kwezinye izindawo. Abadala abangoFakazi ezindaweni ezithintekile banakekela izidingo eziyinhloko zemindeni ekhishiwe emakhaya futhi ziyisiza ukuba ithole izindawo zokuhlala zesikhashana.

Media Contact(s):

International: J. R. Brown, Office of Public Information, tel. +1 718 560 5000