Dlulela kokuphakathi

MARCH 4, 2013
ERUSSIA

Kuwa Itshe Elivela Esibhakabhakeni ERussia

Kuwa Itshe Elivela Esibhakabhakeni ERussia

Ngo-February 15, 2013, eningizimu yesifunda sase-Ural Mountain, eChelyabinsk, eRussia, kwawa itshe elikhulu elalivela esibhakabhakeni, kwalimala abangaphezu kwenkulungwane, konakala izakhiwo, futhi amandla okuqhuma kwalo aphihliza amafasitela ezindlu eziningi. Abadala basemabandleni basheshe bathinta bonke oFakazi BakaJehova bakule ndawo. OFakazi BakaJehova abangu-9, kuhlanganise nengane eyodwa, basikwa izingilazi eziphukile. Enye indlu okuhlanganelwa kuyo kanye nezinye izindlu ezingu-75 zalimala kancane. OFakazi balapha bayasiza ekulungiseni lo monakalo.

 

Media Contacts:

International: J. R. Brown, Office of Public Information, tel. +1 718 560 5000

Russia: Grigory Martynov, tel. +7 812 702 2691