Dlulela kokuphakathi

JUNE 28, 2013
IZINDABA ZOMHLABA WONKE

I-ONLINE LIBRARY YeBhayibheli Iqopha Umlando

I-ONLINE LIBRARY YeBhayibheli Iqopha Umlando

I-ONLINE LIBRARY YeBhayibheli isanda kuqopha umlando ngokusakaza ukwaziswa ngezilimi eziyikhulu. Leli thuluzi lokucwaninga linezincwadi ezinyatheliswa oFakazi BakaJehova futhi umuntu angakwazi ukuqhathanisa kalula ivesi leBhayibheli noma isihloko esithile nesolunye ulimi.