MASHI 15, 2024
IZINDABA ZOMHLABA WONKE
Umbiko WeNdikimba Ebusayo Ka-2024 #2
Kulo mbiko, sizoxoxa ngendlela uBaba wethu omuhle uJehova, abonisa ngayo ukuthi “ufisa ukuba bonke baphenduke.” (2 Pet. 3:9) Sizozwa nangoshintsho endleleni evamile esigqoka ngayo lapho siya ezindaweni ezinjengenkonzo yasensimini, imihlangano yebandla nemihlangano emikhulu.