Dlulela kokuphakathi

Imininingwane NgeHhovisi Nokubuka Indawo

Sikwamukela ngokufudumele ukuba uzobona amahhovisi ethu nezindawo zokunyathelisa. Thola izindawo ezikuzo nezikhathi zokubuka indawo.

 

Ukubukwa Kwezakhiwo Zegatsha: Emazweni amaningi, kusukela ngomhla ka-1 Juni, 2023, sizophinde siqhubeke nokubuka amahhovisi egatsha. Ukuze uthole imininingwane, thinta igatsha ofisa ukulivakashela. Sicela ungavakashi uma sekutholakale ukuthi une-COVID-19, unezimpawu zomkhuhlane, noma uma muva nje uke wahlangana nomuntu okutholakale ukuthi une-COVID-19.

Brazil

Rodovia SP-141 - km 43

CESÁRIO LANGE-SP

18285-901

BRAZIL

+55 15-3322-9000

Isikhathi Sokubuka Indawo

UMsombuluko kuya kuLwesihlanu

Ngo-8:00 ekuseni kuya ngo-10:00 ekuseni nango-1:00 ntambama kuya ngo-3:00 ntambama

Kuthatha ihora nemizuzu engu-40

Okuvelele

Kunyatheliswa amaBhayibheli, izincwadi nezincwajana eziyizigidi ezingu-36. Kuthunyelwa izincwadi ezingaba ngamathani angu-7 000 zezilimi ezingaphezu kuka-90 unyaka ngamunye.

Zithathele incwajana ebonisa indawo.