Dlulela kokuphakathi

Imininingwane NgeHhovisi Nokubuka Indawo

Sikwamukela ngokufudumele ukuba uzobona amahhovisi ethu nezindawo zokunyathelisa. Thola izindawo ezikuzo nezikhathi zokubuka indawo.

 

Ukubukwa Kwezakhiwo Zegatsha: Emazweni amaningi, kusukela ngomhla ka-1 Juni, 2023, sizophinde siqhubeke nokubuka amahhovisi egatsha. Ukuze uthole imininingwane, thinta igatsha ofisa ukulivakashela. Sicela ungavakashi uma sekutholakale ukuthi une-COVID-19, unezimpawu zomkhuhlane, noma uma muva nje uke wahlangana nomuntu okutholakale ukuthi une-COVID-19.

Côte d’Ivoire

Rue J-58 - Lot 1758

Deux-Plateaux

3ème tranche, Vallon

ABIDJAN

CÔTE D’IVOIRE

+225 2241-3606

Isikhathi Sokubuka Indawo

UMsombuluko kuya kuLwesihlanu

Ngo-2:00 ntambama kuya ku-4:00 ntambama

Kuthatha ihora

Okuvelele

Lihumushela izincwadi zeBhayibheli olimini lwesi-Abbey, isi-Attié, isiBété, isiBaoulé, isiGouro, isiGuéré, isiSenoufo nesiYacouba. Kuqoshwa izincwajana ezilalelwayo namadrama ngezilimi eziningana.

Zithathele incwajana ebonisa indawo.