Dlulela kokuphakathi

Imininingwane NgeHhovisi Nokubuka Indawo

Sikwamukela ngokufudumele ukuba uzobona amahhovisi ethu nezindawo zokunyathelisa. Thola izindawo ezikuzo nezikhathi zokubuka indawo.

 

Ukubukwa Kwezakhiwo Zegatsha: Emazweni amaningi, kusukela ngomhla ka-1 Juni, 2023, sizophinde siqhubeke nokubuka amahhovisi egatsha. Ukuze uthole imininingwane, thinta igatsha ofisa ukulivakashela. Sicela ungavakashi uma sekutholakale ukuthi une-COVID-19, unezimpawu zomkhuhlane, noma uma muva nje uke wahlangana nomuntu okutholakale ukuthi une-COVID-19.

Ecuador

Sociedad de Estudiantes de la Biblia - Testigos de Jehová

Kilometer 23,5 via a la Costa (600 meters before the tollbooth)

GUAYAQUIL

ECUADOR

+593 4-371-2720

Isikhathi Sokubuka Indawo

UMsombuluko kuya kuLwesihlanu

Ngo-8:30 ekuseni kuya ku-10:30 ekuseni nango-1:30 ntambama kuya ku-3:30 ntambama

Kuthatha ihora nesigamu

Okuvelele

Kuqondiswa umsebenzi wamabandla angaphezu kuka-900. Kuhunyushwa izincwadi zeBhayibheli ngesiQuichua nangezilimi zaso ezihlukahluka ngokwezigodi, uLimi Lwezandla Lwase-Ecuador nesiShuar.

Zithathele incwajana ebonisa indawo.