Dlulela kokuphakathi

Imininingwane NgeHhovisi Nokubuka Indawo

Sikwamukela ngokufudumele ukuba uzobona amahhovisi ethu nezindawo zokunyathelisa. Thola izindawo ezikuzo nezikhathi zokubuka indawo.

 

Ukubukwa Kwezakhiwo Zegatsha: Emazweni amaningi, kusukela ngomhla ka-1 Juni, 2023, sizophinde siqhubeke nokubuka amahhovisi egatsha. Ukuze uthole imininingwane, thinta igatsha ofisa ukulivakashela. Sicela ungavakashi uma sekutholakale ukuthi une-COVID-19, unezimpawu zomkhuhlane, noma uma muva nje uke wahlangana nomuntu okutholakale ukuthi une-COVID-19.

Ghana

Nungua Police Checkpoint

Hse. No. J 348/4

Tema Beach Road

Nungua

ACCRA

GHANA

+233 30-701-0110

+233 30-2712-456

+233 30-2712-457

+233 30-2712-458

Isikhathi Sokubuka Indawo

UMsombuluko kuya kuLwesihlanu

Ngo-8:00 ekuseni kuya ku-11:00 ekuseni nango-1:00 ntambama kuya ku-4:00 ntambama

Kuthatha ihora

Okuvelele

Kuhunyushwa izincwadi zeBhayibheli ngesiTwi, isi-Ewe, isiGa, isiDangme, isiNzema, isiFrafra nesiDagaare. Kuqoshwa izinto ezilalelwayo nama-video ngesiTwi, isi-Ewe nesiGa. Kwakhiwa amaHholo OMbuso angaba ngu-60 unyaka ngamunye kuthuthwe izincwadi ezingamathani ayizinkulungwane ziyiswe kulo lonke elaseGhana.

Zithathele incwajana ebonisa indawo.