Dlulela kokuphakathi

Imininingwane NgeHhovisi Nokubuka Indawo

Sikwamukela ngokufudumele ukuba uzobona amahhovisi ethu nezindawo zokunyathelisa. Thola izindawo ezikuzo nezikhathi zokubuka indawo.

 

Ukubukwa Kwezakhiwo Zegatsha: Emazweni amaningi, kusukela ngomhla ka-1 Juni, 2023, sizophinde siqhubeke nokubuka amahhovisi egatsha. Ukuze uthole imininingwane, thinta igatsha ofisa ukulivakashela. Sicela ungavakashi uma sekutholakale ukuthi une-COVID-19, unezimpawu zomkhuhlane, noma uma muva nje uke wahlangana nomuntu okutholakale ukuthi une-COVID-19.

Hong Kong

Watch Tower Bible and Tract Society

22/F, 1 Hung To Road,

Kwun Tong,

KOWLOON, HONG KONG

+852 3950-3500

Isikhathi Sokubuka Indawo

UMsombuluko kuya kuLwesihlanu

Ngo-8:15 ekuseni kuya ku-11:00 ekuseni nango-1:00 ntambama kuya ku-4:00 ntambama

Kuthatha imizuzu engu-45

Okuvelele

Liqondisa umsebenzi woFakazi BakaJehova wokufundisa ngeBhayibheli eHong Kong naseMacao. Liqopha amavidiyo oLimi Lwezandla LwaseHong Kong.

Zithathele incwajana ebonisa indawo.