Dlulela kokuphakathi

Imininingwane NgeHhovisi Nokubuka Indawo

Sikwamukela ngokufudumele ukuba uzobona amahhovisi ethu nezindawo zokunyathelisa. Thola izindawo ezikuzo nezikhathi zokubuka indawo.

 

Ukubukwa Kwezakhiwo Zegatsha: Emazweni amaningi, kusukela ngomhla ka-1 Juni, 2023, sizophinde siqhubeke nokubuka amahhovisi egatsha. Ukuze uthole imininingwane, thinta igatsha ofisa ukulivakashela. Sicela ungavakashi uma sekutholakale ukuthi une-COVID-19, unezimpawu zomkhuhlane, noma uma muva nje uke wahlangana nomuntu okutholakale ukuthi une-COVID-19.

Kenya

Elgeyo Marakwet Rd

Kilimani area near Adams Arcade

NAIROBI

KENYA

+254 205-141500

+254 722-209647

+254 734-209647

Isikhathi Sokubuka Indawo

UMsombuluko kuya kuLwesihlanu

Ngo-8:00 ekuseni kuya ku-11:00 ekuseni nango-1:00 ntambama kuya ku-4:00 ntambama

Kuthatha ihora nesigamu

Okuvelele

Kuqondiswa umsebenzi wokuhumusha izincwadi zeBhayibheli ngezilimi eziyishumi, kuhlanganise noLimi Lwezandla LwaseKenya. Kuqoshwa izinto ezilalelwayo nama-video ngezilimi zendawo. Kusekelwa umsebenzi woFakazi BakaJehova emazweni amaningana angomakhelwane.

Dawuniloda incwajana ebonisa indawo.