Dlulela kokuphakathi

Imininingwane NgeHhovisi Nokubuka Indawo

Sikwamukela ngokufudumele ukuba uzobona amahhovisi ethu nezindawo zokunyathelisa. Thola izindawo ezikuzo nezikhathi zokubuka indawo.

 

Ukubukwa Kwezakhiwo Zegatsha: Emazweni amaningi, kusukela ngomhla ka-1 Juni, 2023, sizophinde siqhubeke nokubuka amahhovisi egatsha. Ukuze uthole imininingwane, thinta igatsha ofisa ukulivakashela. Sicela ungavakashi uma sekutholakale ukuthi une-COVID-19, unezimpawu zomkhuhlane, noma uma muva nje uke wahlangana nomuntu okutholakale ukuthi une-COVID-19.

Netherlands

Wachttoren Bijbel-en Traktaatgenootschap

Noordbargerstraat 77

NL-7812 AA EMMEN

NETHERLANDS

+31 591-683555

Isikhathi Sokubuka Indawo

UMsombuluko kuya kuLwesihlanu

Ngo-8:00 ekuseni kuya ku-11:00 ekuseni nango-1:00 ntambama kuya ku-4:00 ntambama

Kuthatha ihora

Okuvelele

Kuhunyushwa izincwadi zeBhayibheli ngesiDashi. Kunyatheliswa izincwadi zeBraille ngezilimi ezingu-12. Kuqoshwa izinto ezilalelwayo nama-video ngezilimi eziningi.

Zithathele incwajana ebonisa indawo.