Dlulela kokuphakathi

Imininingwane NgeHhovisi Nokubuka Indawo

Sikwamukela ngokufudumele ukuba uzobona amahhovisi ethu nezindawo zokunyathelisa. Thola izindawo ezikuzo nezikhathi zokubuka indawo.

 

Ukubukwa Kwezakhiwo Zegatsha: Emazweni amaningi, kusukela ngomhla ka-1 Juni, 2023, sizophinde siqhubeke nokubuka amahhovisi egatsha. Ukuze uthole imininingwane, thinta igatsha ofisa ukulivakashela. Sicela ungavakashi uma sekutholakale ukuthi une-COVID-19, unezimpawu zomkhuhlane, noma uma muva nje uke wahlangana nomuntu okutholakale ukuthi une-COVID-19.

Slovakia

Pekna cesta 17

831 52 BRATISLAVA 34

SLOVAK REPUBLIC

+421 2-49107611

Isikhathi Sokubuka Indawo

UMsombuluko kuya kuLwesihlanu

Ngo-8:00 ekuseni kuya ku-10:30 ekuseni nango-1:00 ntambama kuya ku-3:30 ntambama

Kuthatha ihora nesigamu

Okuvelele

Kuqondiswa umsebenzi woFakazi BakaJehova abangaphezu kuka-26 500 eCzech Republic naseSlovakia. Kuhunyushwa izincwadi zeBhayibheli ngesiCzech, uLimi Lwezandla LwaseCzech Republic, uLimi Lwezandla LwaseSlovakia, isiRomany (sasempumalanga yeSlovakia), isiSlovak. Kuthuthwa izincwadi ziyiswe emabandleni ase-Austria, eCzech Republic, eSlovakia naseSlovenia.

Zithathele incwajana ebonisa indawo.