Ukuphila KwaseBethel
UKUPHILA KWASEBETHEL
Umbukiso WeBhayibheli Okhazimulisa Igama LikaJehova
Lo mbukiso weBhayibheli ovusa amadlingozi waqala endlunkulu yethu yomhlaba wonke ngo-2013. Sekunikelwe ngamaBhayibheli amaningi angasatholakali nayigugu.
UKUPHILA KWASEBETHEL
Umbukiso WeBhayibheli Okhazimulisa Igama LikaJehova
Lo mbukiso weBhayibheli ovusa amadlingozi waqala endlunkulu yethu yomhlaba wonke ngo-2013. Sekunikelwe ngamaBhayibheli amaningi angasatholakali nayigugu.
Umbukiso WeBhayibheli Okhethekile
Kusukela kudala, uJehova uNkulunkulu wembulela abantu igama lakhe. Bona ukuthi igama likaNkulunkulu lihlale kanjani lisezinguqulweni zeBhayibheli phakathi neminyaka eminingi.
Kwakumenywe Uwonk’uwonke “Edwaleni”
Ihhovisi laseYurophu Ephakathi lamema omakhelwane, osomabhizinisi nezikhulu zendawo esenzakalweni obekumenywe kuso uwonk’ uwonke ebesinesihloko esithi “Iminyaka Engu-30 Eselters.” Bathini abanye ababephakathi kwezivakashi ezingu-3000?
Sikumema Ukuba Uvakashele Izakhiwo ZaseBethel Yase-United States
Lapho uvakasha uyobona neNdlunkulu YoFakazi BakaJehova Yomhlaba Wonke nehhovisi legatsha lase-United States.
Uhambo Olungasoze Lwalibaleka
UMarcellus wanqoba izinselele eziningana ukuze akwazi ukuvakashela ehhovisi legatsha lase-United States naseNdlunkulu Yomhlaba Wonke YoFakazi BakaJehova. Ingabe wakujabulela?
Iminyaka Engu-50 EWallkill
Kule ngxoxo, uGeorge Couch uchaza umlando wendlela oFakazi BakaJehova abathola ngayo ipulazi lesibili, elaziwa ngokuthi i-Watchtower Farms, eduze naseNew York City.
Kwaqedwa Zingakapheli Izinsuku Ezingu-60
OFakazi BakaJehova kwakudingeka baphume ezakhiweni ezinhlanu ezilingana nezinkundla zebhola lezinyawo ezingu-11. Iqembu lezisebenzi zokuzithandela lakwazi kanjani ukuqeda ngesikhathi?
Ukuthutha E-117 Adams Street
Amalungu omkhaya waseBethel asho izinto azikhumbulayo ngomsebenzi obalulekile wokunyathelisa owenziwe kule ndawo edumile yaseBrooklyn.
I-Watchtower Farms—Iminyaka Engu-50 Yomsebenzi Wokuvuna
Funda ukuthi le ndawo iye yashintsha kanjani eminyakeni edlule ukuze ithuthukise umsebenzi woFakazi BakaJehova wokufundisa emhlabeni wonke.
Ipulazi Elinikeza Izigidi Zabantu Ukudla
Funda ngendlela isakhiwo sethu sokunyathelisa eWatchtower Farms enyakatho yeNew York esisisiza ngayo ukuba sinakekele isidingo esingokomoya sezigidi zabantu.
Abafundi Bavakashela IHhovisi Legatsha LoFakazi BakaJehova LaseMexico
Abafundi baseNational School of Library and Archival Sciences bavakashele amahhovisi ethu eMexico. Omunye wabo uthe ukuya khona kumsize ukuba ayeke ukuba nombono omubi ngathi.
Ilondolo YaseBethel: Kuwashwa Izimfaduko Nothayi Bakasilika
Unyaka ngamunye izinsizwa nezintombi zasehhovisi legatsha loFakazi BakaJehova e-United States zidela isikhathi namandla azo ukuze ziwashe izingubo ezingaba amathani angu-1 800.
Uphawu Olubonisa Isikhathi
Funda okwengeziwe ngophawu lwe-Watchtower, olwaziwa kakhulu eBrooklyn, eNew York.
Isikhathi Sokuphuma EBossert Hotel EBrooklyn, New York
OFakazi BakaJehova bathengise ibhilidi elinezitezi ezingu-14 elakhiwe ngendlela yokwakha yase-Italy. Funda ngomlando weminyaka eyikhulu walesi sakhiwo esihle.
Uphawu Lwe-Watchtower Olwaziwa Kakhulu EBrooklyn
Sekudlule iminyaka engaphezu kuka-40 izakhamuzi zaseNew York City zibona uphawu oluphezu kwesakhiwo sendlunkulu yoFakazi BakaJehova.
Amahhovisi Egatsha OFakazi BakaJehova Ahlanganisiwe
Thola izizathu ezimbili eziyinhloko ezenze sahlanganisa amahhovisi egatsha angaphezu kuka-20.