Dlulela kokuphakathi

Abazalwane Bethu Emhlabeni Wonke

Eminyakeni ecishe ibe ngu-2 000 edlule, amaKristu ayalwa ukuba ‘athande bonke abazalwane.’ OFakazi BakaJehova baye bawugcina kanjani lo myalo? Le video ikhuluma ngezindlela ezintathu ubuzalwane bethu obukufeza ngempumelelo ngayo lokhu: 1) umsebenzi wokushumayela, 2) ukusiza labo abadinga usizo, 3) nokuhlangana ukuze sikhulekele uJehova uNkulunkulu.

Okunye Ongase Ukuthande

AMAVIDIYO EMIBIKO

OFakazi BakaJehova—Bahlelelwe Ukushumayela Izindaba Ezinhle

OFakazi BakaJehova baziwa ngomsebenzi wabo womhlaba wonke wokufundisa iBhayibheli. Umsebenzi wabo uhlelwe kanjani, uqondiswa kanjani futhi usekelwa kanjani ngokwezimali?