Dlulela kokuphakathi

Indodana Yolahleko Iyabuya

Insizwa ethile iqala ukuzihlanganisa nabantu abasimo sabo sengqondo nendlela yabo yokuphila ayifani nendlela yobuKristu ekhuliswe ngayo. Njengoba indlela yayo yokuphila ishintsha, amalungu omkhaya wakubo asabela kanjani? Yisiphi isifundo esingasifunda kule drama ebonisa izingozi intsha ebhekana nazo namuhla?