B15
Ikhalenda LesiHebheru
NISANI (ABHIBHI) March—April |
14 IPhasika 15-21 ISinkwa Esingenamvubelo 16 Umnikelo wezithelo zokuqala |
IJordani ligcwaliswa yizimvula neqhwa elincibilikayo |
Ibhali |
IYARI (ZIVI) April—May |
14 IPhasika Lakamuva |
Kuqala inkathi eyomile, isibhakabhaka sivama ukucwatha |
Ukolweni |
SIVANI May—June |
6 UMkhosi Wamasonto (IPhentekoste) |
Ukushisa kwasehlobo, licwathile |
Ukolweni, amakhiwane okuqala |
TAMUZI June—July |
Izinga lokushisa liyenyuka, amazolo maningi kwezinye izindawo |
Amagilebhisi okuqala |
|
ABHI July—August |
Ukushisa kufinyelela izinga eliphakeme |
Izithelo zasehlobo |
|
ELULI August—September |
Ukushisa kuyaqhubeka |
Izithelo zesundu, amagilebhisi namakhiwane |
|
TISHRI (ETHANIMI) September—October |
1 Ukushaywa kwecilongo 10 USuku Lokuhlawulelwa 15-21 UMkhosi Wamadokodo 22 Umhlangano onesizotha |
Ihlobo liyaphela, kuna izimvula zokuqala |
Kuyalinywa |
HESHIVANI (BULI) October—November |
Liyakhiza |
Izithelo Zomnqumo |
|
KHISILEVI November—December |
25 UMkhosi Wokunikezela |
Imvula ina ngamandla, isithwathwa, liyakhithika ezintabeni |
Imihlambi iyavalelwa ebusika |
THEBETI December—January |
Kubanda kakhulu, liyana, liyakhithika ezintabeni |
Izitshalo ziyakhula |
|
SHEBHATI January—February |
Amakhaza ayancipha, imvula iyaqhubeka |
Izihlahla zom-alimondi ziyaqhakaza |
|
ADARI February—March |
14, 15 IPhurimi |
Ukuduma nesichotho kuyavama |
Ifilakisi |
VEYADARI March |
Inyanga efakwa kasikhombisa eminyakeni engu-19 |