Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Eyokuqala YeziKronike

Izahluko

Okuphakathi

  • 1

    • Kusukela ku-Adamu kuya ku-Abrahama (1-27)

    • Inzalo ka-Abrahama (28-37)

    • Abakwa-Edomi namakhosi kanye nabaholi babo (38-54)

  • 2

    • Amadodana ka-Israyeli angu-12 (1, 2)

    • Inzalo kaJuda (3-55)

  • 3

    • Inzalo kaDavide (1-9)

    • Inzalo yasebukhosini kaDavide (10-24)

  • 4

    • Enye inzalo kaJuda (1-23)

      • UJabezi nomthandazo wakhe (9, 10)

    • Inzalo kaSimeyoni (24-43)

  • 5

    • Inzalo kaRubeni (1-10)

    • Inzalo kaGadi (11-17)

    • AmaHagiri ayanqotshwa (18-22)

    • Ingxenye yesizwe sakwaManase (23-26)

  • 6

    • Inzalo kaLevi (1-30)

    • Abahlabeleli basethempelini (31-47)

    • Inzalo ka-Aroni (48-53)

    • Izindawo zokuhlala zamaLevi (54-81)

  • 7

    • Inzalo ka-Isakare (1-5), kaBhenjamini (6-12), kaNafetali (13), kaManase (14-19), ka-Efrayimi (20-29), neka-Asheri (30-40)

  • 8

    • Inzalo kaBhenjamini (1-40)

      • Uhlu lozalo lukaSawule (33-40)

  • 9

    • Uhlu lozalo ngemva kokubuya ekudingisweni (1-34)

    • Uhlu lozalo lukaSawule luyaphindwa (35-44)

  • 10

    • Ukufa kukaSawule namadodana akhe (1-14)

  • 11

    • UDavide ugcotshwa yiwo wonke u-⁠Israyeli ukuba abe inkosi (1-3)

    • UDavide uthumba iZiyoni (4-9)

    • Amaqhawe anamandla kaDavide (10-47)

  • 12

    • Abasekeli bobukhosi bukaDavide (1-40)

  • 13

    • UMphongolo ulandwa eKiriyati-jeyarimi (1-14)

      • U-Uza uyabulawa (9, 10)

  • 14

    • UDavide umiswa njengenkosi (1, 2)

    • Umndeni kaDavide (3-7)

    • AmaFilisti ayanqotshwa (8-17)

  • 15

    • AmaLevi athwala uMphongolo awuyise eJerusalema (1-29)

      • UMikhali udelela uDavide (29)

  • 16

    • UMphongolo ubekwa etendeni (1-6)

    • Ingoma kaDavide yokubonga (7-36)

      • “UJehova useyiNkosi!” (31)

    • Inkonzo phambi koMphongolo (37-43)

  • 17

    • UDavide ngeke alakhe ithempeli (1-6)

    • Isivumelwano sombuso noDavide (7-15)

    • Umthandazo kaDavide wokubonga (16-27)

  • 18

    • Ukunqoba kukaDavide (1-13)

    • Ukuqondisa kukaDavide (14-17)

  • 19

    • Ama-Amoni adelela izithunywa zikaDavide (1-5)

    • Ukunqoba ama-Amoni namaSiriya (6-19)

  • 20

    • IRaba liyathunjwa (1-3)

    • Kubulawa izidlakela zamaFilisti (4-8)

  • 21

    • UDavide ubala abantu ngokungemthetho (1-6)

    • Isijeziso esivela kuJehova (7-17)

    • UDavide wakha i-⁠altare (18-30)

  • 22

    • Amalungiselelo kaDavide ethempeli (1-5)

    • UDavide uyala uSolomoni (6-16)

    • Izikhulu ziyalwa ukuba zisize uSolomoni (17-19)

  • 23

    • UDavide uhlela amaLevi (1-32)

      • Kuhlukaniswa u-⁠Aroni namadodana akhe (13)

  • 24

    • UDavide uhlukanisa abapristi babe izigaba ezingu-24 (1-19)

    • Ezinye izabelo zamaLevi (20-31)

  • 25

    • Abaculi nabahlabeleli basendlini kaNkulunkulu (1-31)

  • 26

    • Izigaba zabalindisango (1-19)

    • Abaphathi bengcebo nezinye izikhulu (20-32)

  • 27

    • Izikhulu emsebenzini wenkosi (1-34)

  • 28

    • Inkulumo kaDavide ngokwakhiwa kwethempeli (1-8)

    • Iziyalezo eziya kuSolomoni; kukhishwa ipulani lokwakha (9-21)

  • 29

    • Iminikelo yethempeli (1-9)

    • Umthandazo kaDavide (10-19)

    • Abantu bayathokoza; ubukhosi bukaSolomoni (20-25)

    • Ukufa kukaDavide (26-30)