AmaHubo 133:1-3
INgoma Yokwenyuka. EkaDavide.
133 Bheka! Yeka ukuthi kuhle futhi kumnandi kanjaniUkuba abazalwane bahlale ndawonye ngobunye! +
2 Kunjengamafutha amahle athelwe ekhanda +Agelezela entshebeni,Intshebe ka-Aroni, +Ehlela esiphikeni sezingubo zakhe.
3 Kunjengamazolo aseHermoni +Ehla ezintabeni zaseZiyoni. +
UJehova wayala ukuba isibusiso sakhe sibe lapho—Ukuphila okuphakade.