Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

UJona

Izahluko

1 2 3 4

Okuphakathi

  • 1

    • UJona uzama ukubalekela uJehova (1-3)

    • UJehova wenza kube nesiphepho esikhulu (4-6)

    • UJona uyimbangela yenkinga (7-13)

    • UJona uphonswa olwandle olunesiphepho (14-16)

    • Inhlanzi enkulu igwinya uJona (17)

  • 2

    • Umthandazo kaJona esesiswini senhlanzi (1-9)

    • Inhlanzi ihlanzela uJona emhlabathini (10)

  • 3

    • UJona ulalela uNkulunkulu aye eNineve (1-4)

    • AbaseNineve bayaphenduka ngenxa yomyalezo kaJona (5-9)

    • UNkulunkulu unquma ukungalibhubhisi iNineve (10)

  • 4

    • UJona uthukuthele futhi ufuna ukufa (1-3)

    • UJehova ufundisa uJona isihe (4-11)

      • “Kulungile yini ukuba uthukuthele kangaka?” (4)

      • Ufundiswa isifundo ngoselwa (6-10)