INCWADI Ngencwadi YeBhayibheli Genesise Eksodusi Levitikusi Numeri Duteronomi Joshuwa AbaHluleli Ruthe 1 Samuweli 2 Samuweli 1 AmaKhosi 2 AmaKhosi 1 IziKronike 2 IziKronike Ezra Nehemiya Esteri Jobe AmaHubo IzAga UmShumayeli IsiHlabelelo SeziHlabelelo Isaya Jeremiya IsiLilo Hezekeli Daniyeli Hoseya Joweli Amose Obadiya Jona Mika Nahume Habakuki Zefaniya Hagayi Zakariya Malaki Mathewu Marku Luka Johane IzEnzo Roma 1 Korinte 2 Korinte Galathiya Efesu Filipi Kolose 1 Thesalonika 2 Thesalonika 1 Thimothewu 2 Thimothewu Thithu Filemoni Hebheru Jakobe 1 Petru 2 Petru 1 Johane 2 Johane 3 Johane Jude IsAmbulo Ngesahluko 1 2 3 4 5 6 7 8 9 10 11 12 13 14 UZakariya Izahluko 1 2 3 4 5 6 7 8 9 10 11 12 13 14 Okuphakathi 1 Umyalo wokuba kubuyelwe kuJehova (1-6) ‘Buyelani kimi nami ngizobuyela kini’ (3) Umbono 1: Abagibeli bamahhashi phakathi kwezihlahla zombomvana (7-17) “UJehova uzophinde aliduduze iZiyoni” (17) Umbono 2: Izimpondo ezine nezingcweti ezine (18-21) 2 Umbono 3: Indoda ephethe intambo yokukala (1-13) IJerusalema lizokalwa (2) UJehova, “udonga lomlilo nxazonke” (5) Ukuthinta inhlamvu yeso likaNkulunkulu (8) Izizwe eziningi ziyozihlanganisa noJehova (11) 3 Umbono 4: Izingubo zompristi ophakeme ziyashintshwa (1-10) USathane umelana noMpristi Ophakeme uJoshuwa (1) ‘Ngizoletha inceku yami ebizwa ngokuthi uHlumela!’ (8) 4 Umbono 5: Uthi lwesibani nezihlahla ezimbili zomnqumo (1-14) ‘Ngeke kube ngamandla kodwa kuyoba ngomoya wami’ (6) Ungaludeleli usuku lwesiqalo esincane (10) 5 Umbono 6: Umqulu ondizayo (1-4) Umbono 7: Isitsha esiyi-efa (5-11) Owesifazane ophakathi obizwa ngokuthi ukuKhohlakala (8) Isitsha siyiswa eShinari (9-11) 6 Umbono 8: Izinqola ezine (1-8) IHlumela lizoba yinkosi nompristi (9-15) 7 UJehova ugxeka ukuzila ukudla okungasuki enhliziyweni (1-14) “Ingabe ngempela nanizilela mina ukudla?” (5) ‘Bonisanani ubulungisa, uthando oluqotho nesihe’ (9) 8 UJehova unika iZiyoni ukuthula neqiniso (1-23) IJerusalema, “idolobha leqiniso” (3) “Khulumani iqiniso komunye nomunye” (16) Idili ngemva kokuzila ukudla (18, 19) ‘Masimfune ngobuqotho uJehova’ (21) Amadoda ayishumi abamba ingubo yomJuda (23) 9 Isahlulelo sikaNkulunkulu ezizweni ezingomakhelwane (1-8) Ukuza kwenkosi yaseZiyoni (9, 10) Inkosi ethobekile igibele imbongolo (9) Abantu bakaJehova bazokhululwa (11-17) 10 Celani imvula kuJehova hhayi konkulunkulu bamanga (1, 2) UJehova uhlanganisa abantu bakhe (3-12) Indoda eyinhloko evela endlini kaJuda (3, 4) 11 Imiphumela yokulahla umalusi kaNkulunkulu weqiniso (1-17) “Yalusa umhlambi ohloselwe ukuhlatshwa” (4) Izindondolo ezimbili: UbuMnandi nokuHlangana (7) Inkokhelo yomalusi: Izinhlamvu zesiliva ezingu-30 (12) Kuphonswa imali endaweni yokugcina ingcebo (13) 12 UJehova uzolwela uJuda neJerusalema (1-9) IJerusalema, “yitshe elisindayo” (3) Ukulilela ogwaziwe (10-14) 13 Ukuqedwa kwezithixo nabaprofethi bamanga (1-6) Abaprofethi bamanga bazoba namahloni (4-6) Umalusi uzoshaywa (7-9) Ingxenye yesithathu izocwengwa (9) 14 Ukunqoba okuphelele kokukhulekela kweqiniso (1-21) INtaba Yeminqumo izohlukana phakathi (4) UJehova uzoba munye negama lakhe libe linye (9) Isishayo sizoshaya abaphikisi beJerusalema (12-15) Ukugujwa koMkhosi Wamadokodo (16-19) Wonke amabhodwe azoba ngcwele kuJehova (20, 21) Emuva Phambili Printa Thumelela Thumelela Zakariya—Uhlu Lokuphakathi INGUQULO YEZWE ELISHA YEMIBHALO ENGCWELE (EBUKEZWE NGO-2013) Zakariya—Uhlu Lokuphakathi IsiZulu Zakariya—Uhlu Lokuphakathi https://cms-imgp.jw-cdn.org/img/p/1001061100/univ/wpub/1001061100_univ_sqr_xl.jpg nwt Zakariya kk. 1457-1458