INCWAJANA YOMHLANGANO WOKUPHILA NENKONZO Agasti 2019
Ongase Uxoxe Ngakho
Imibuzo esengxenyeni ethi Ongase Uxoxe Ngakho emayelana nezithembiso zikaNkulunkulu esingazethemba zesikhathi esizayo.
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UNkulunkulu Akasinikanga Umoya Wobugwala”
Singaba nesibindi lapho sibhekene novivinyo uma sithembela emandleni kaNkulunkulu.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Jwayelana Nabantu Abathanda UJehova
Abantu esijwayelene nabo bangaba nethonya elihle noma elibi.
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
‘Misa Amadoda Amadala’
Labo abaholayo ebandleni lobuKristu bamiswa ngokuvumelana nalokho okuboniswe emiBhalweni.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Basha—‘Shisekelani Imisebenzi Emihle’
Abasha bangawufinyelela kanjani umgomo wokuba amaphayona asizayo noma amaphayona avamile?
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Thanda Ukulunga, Uzonde Ukweqa Umthetho
Singabonisa kanjani ukuthi sithanda ukulunga futhi sizonda ukweqa umthetho?
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Zikhandle Ukuze Ungene Ekuphumuleni KukaNkulunkulu
Yini esingayenza ukuze singene ekuphumuleni kukaNkulunkulu futhi singenzenjani ukuze sihlale lapho?
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Imisebenzi Emihle Engenakulibaleka
Yini edingekayo ukuze ukwazi ukukhonza uJehova?