Agasti 26–Septhemba 1
HEBHERU 4-6
INgoma 5 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Zikhandle Ukuze Ungene Ekuphumuleni KukaNkulunkulu”: (10 imiz.)
Heb 4:1, 4—Lokho ukuphumula kukaNkulunkulu okuyikho (w11 7/15 24-25 ¶3-5)
Heb 4:6—Lalela uJehova (w11 7/15 25 ¶6)
Heb 4:9-11—Ungayilandeli inkambo yokuzibusa (w11 7/15 27-28 ¶16-17)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Heb 4:12—Liyini “izwi likaNkulunkulu” kuleli vesi? (w16.09 13)
Heb 6:17, 18—Ziyini ‘izinto ezimbili ezingenakuguquleka’ okukhulunywa ngazo kukeli vesi? (it-1-E 1139 ¶2)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Heb 5:1-14 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okwesibili: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
Lapho Ubuyela Okwesibili: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 6)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz. noma ngaphansi) lv 198-199 ¶7-8 (th isifundo 12)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Imisebenzi Emihle Engenakulibaleka”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lokho Ongakwenza Ukuze Ukhonze EBethel.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 12 ¶15-21 nebhokisi ek. 127
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 72 Nomthandazo