Agasti 5-11
2 THIMOTHEWU 1-4
INgoma 150 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UNkulunkulu Akasinikanga Umoya Wobugwala”: (10 imiz.)
[Dlala ividiyo ethi Isethulo Seyesibili KuThimothewu.]
2Thim 1:7—Bhekana novivinyo ‘ngokuhluzeka kwengqondo’ (w09 5/15 15 ¶9)
2Thim 1:8—Ungabi namahloni ngokushumayela ngezindaba ezinhle (w03 3/1 9 ¶7)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
2Thim 2:3, 4—Singakugwema kanjani ukuchitha sonke isikhathi sethu namandla “kwezentengiselwano” zaleli zwe? (w17.07 10 ¶13)
2Thim 2:23—Iyiphi enye indlela yokugwema ‘imibuzo ewubuwula neyokungazi’? (w14 7/15 14 ¶10)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) 2Thim 1:1-18 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Zimisele Ekufundeni Nasekufundiseni: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Imifanekiso Efundisayo, bese nixoxa ngesifundo 8 sencwajana ethi Zimisele.
Inkulumo: (5 imiz. noma ngaphansi) w14 7/15 13 ¶3-7—Isihloko: Abantu BakaJehova ‘Bakulahla Kanjani Ukungalungi’? (th isifundo 7)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Jwayelana Nabantu Abathanda UJehova”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Funda Ukwenqaba Abangane Ababi.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 11 ¶15-21 nebhokisi ek. 117
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 94 Nomthandazo